Kishore Kumar Hits

Jabu Hlongwane - Isiphepho lyrics

Artist: Jabu Hlongwane

album: Ngegazi Elingenacala/Bayajabula


Nkosi ubhek' isiphepho
Namaza ngamaza agubhayo
Nezulu seliguqubele
Akekho baba ongasisiza
Nguwe wedwa
Lapho ulalelwa ngamaza la
Uma ethi(Thula thula, thula thula)
Noma ulwandle lugubhayo
Noma amadimoni alingayo
Ungesishonis' isikepe lesi
EsinoSomandla phakathi le
Uyalalela umoya wam
Uma uthi thula
Thula uthi nya
Nkosi siyacela baba
Vuka manje usisindise
Usisindise thina
Ngokuba
There's no one else but you
Onakho, onakho ukusisiza
Ngoba wena

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists