Kishore Kumar Hits

Rebecca Malope - Angingedwa lyrics

Artist: Rebecca Malope

album: Live In Soweto

Kulo mhla liduma izulu
Unyazi lusabeka
Namanz' olwandl' amakhulu ecish' ukungigwinya
Ngizwa amazwi kaJesu ethi "Ungesabi chaa, ngingeke ngikushiye"
Cha angingedwa
Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Noma kuvel' ukulingwa nosizi olukhulu
Noma kudangel' umoya ngishiywe izihlobo
UJesu unami njalo ngiyo kuthula Ngaye
Ushil' angek' angishiye Cha angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Owang'fela eGolgotha. Owahlushwa ngenxa yam'
Ngob' ulapho nobumthombo wokugez' izono zam'
Ungilungisel' indawo esihlalweni Sakhe
Ngiyakuhla hlala naye njalo ohh cha angingedwa
Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists