Kishore Kumar Hits

Khuzani - Isala Kutshelwa lyrics

Artist: Khuzani

album: Umqhele neThawula


Baqinisile abadala umabethi isalakutshela impela sibona ngomopho
Ngake ngasiz' umuntu bangitshela abantu uzoy'tshela
Aw'buke usehlulile
Isalakutshela impela sibona ngomopho
Ngake ngasiz' umuntu bangitshela abantu uzotholakala
Aw'buke esey'tshela, aw'bheke esey'tshela
Aw'buke esey'tshela
Bangitshela abadala bathi uzoy'tshela
Aw'buke esey'tshela
Isalakutshela impela sibona ngomopho
Bangitshela bangihleka bangihleba bathi uzong'jikela buka uzoy'tshela

Aw'bhek nazi izitha zami kodwa
(Izitha zami kodwa izitha zami yiboke abantu engabasiza)
(Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha)
Aw'bhek nazi izitha zami kodwa
(Izitha zami kodwa izitha zami yiboke abantu engabasiza)
(Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha)
Babehluphekile bona
(Izitha zami zami yibo labantu engabasiza)
(Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha)
Aw'bheke nasi' isitha sami
Kodwa (isitha sami wuye lomunt' engam'siza)
(Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha)

Ang'so'phinde ngithemb' umuntu ezweni
(Izitha zami zi number zanele)
Ang'so'phinde ngthemb' umuntu ezweni
(Ngoba banjalo mang'siz umuntu baba yizitha)
Ang'sobe ngthemb umuntu ezweni
(Izitha zami zi number zanele)
Ngoba (ngoba banjalo mang'siz umuntu baba yizitha)
(Izitha zami zi number zanele)
(Mina njalo mang'siz' umuntu baba yizitha)

Baqinisile abadala umabethi isalakutshela impela sibona ngomopho
(Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha)
Aw'buke uzongena la
(Izitha zami yiboke abantu engabasiza) aw'buke usejikile
(Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha)
Aw'buke usejikile (izitha zami yiboke abantu engabasiza)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists