Kishore Kumar Hits

Khuzani - Angina Lutho lyrics

Artist: Khuzani

album: Umqhele neThawula

Mina anginalutho mina ngiyahlupheka
Mina anginalutho mina ngiyahlupheka
Mina anginay' imali mina ngiyahlupheka
Mina ngihlala nengane yam' nomama wengane yam'
No mama wami washiyeka no baba wam'
Ngihlala nengane yam' nomama wengane yam'
Mina ngiyahlupheka
Mina ngihlala nengane yam' nomama wengane yam'
No mama wami washiyeka no baba wam'
Ngihlala nengane yam' nomama wengane yam'
Mina ngiyahlupheka
Mina anginalutho mina ngiyahlupheka

Ngoba kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni yami
Nentombi yami ing'thanda ngeqiniso
Kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni noma engahlupheka

Mina ngicabangel'ingane zami kulempil' engiy'philayo
Mina ngicabangel'ingane abantabami kulempil' engiy'philayo
Ngoba kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni yami
Nentombi yami ing'thand ngeqiniso
Kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni noma engahlupheka

Mina ngiphila ndawonye no lovie wami
Mina ngiphila nesthandwa sami ulovie wami
Mina ngiphila ndawonye no lovie wami
Mina ngiphila nesthandwa sami ulovie wami
Mina ngiphila ndawonye no lovie wami
Mina ngiphila nesthandwa sami ulovie wami
Ngoba kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni yami
No lovie wami ung'thanda ngeqiniso
Kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni noma engahlupheka

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists