Kishore Kumar Hits

Khuzani - uNtombende lyrics

Artist: Khuzani

album: Ispoki Esingafi

Intomb' ezalwa ka Nkomen' iyoganwaphi
Njengoba mayivakashel' emzini imisa amadolo

Wentomb' ezalwa ka Nkomen' iyoganwaphi
Njengoba mayivakashel' emzini icofa amafoni
Ngithi eyi' ayingamikisa nezinkomo
Yikh' ishay' umendo ngetshe yona
Ngithi eyi' ayingamikisa nezinkomo
Yikh' ishay' umendo ngetshe yona
Ngithi eyi' ayingamikisa nezinkomo
Yikh' ishay' umendo ngetshe yona
Ngithi eyi' ayingamikisa mikisa nezinkomo
Wentombende ka Baba (hhawu we ntombende ka Baba uyogana kwabani)

(Hhawu we ntombende ka Baba uyogana kwabani)
Wentombende ka Baba (hhawu we ntombende ka Baba uyogana kwabani)
Hhey wena wentombende ka Baba (hhawu we ntombende ka Baba uyogana kwabani)
Wentombende ka Baba hhowu wentombende ka Baba

Hho iyogana kanjani njengoba mayilala ilal' imis' amadolo (iyogana kwabani)

Hho iyogana kwabani njengoba mayilala ilal' imis' amadolo (iyogana kwabani)

Hhengabe yona iyogana kwabani njengoba mayilala ilal' imis' amadolo (iyogana kwabani)
Hho iyogana kanjani njengoba mayilala ilal' imis' amadolo (iyogana kwabani)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists