Anibosibheka thina zinsizwa Anibosibheka thina, Anibosibheka thina Anibosibheka thina, singama Black Mambazo. Abanye bathi; Thina singama Durban Choir. Abanye bathi Thina singama Qulusi Abanye bathi Thina singama Mbazo amnyama Abanye bathi; Thina singama Qulusi Wobhasobha wethu ungasitheli ezinkunzini. Yith' anibos' bhasobha Yith' anibos' bhasobha Yith' anibos' bhasobha Ungabos' thel' enkunzini Lapho iyabhomb' i Black Mambazo Omama benu namhla simukayo. Ziyemith' emashendeni kodwa kaziboni Kokhal' abazali emakhaya bafana. Ziyemith' emashendeni kokhal' umama Ziyemitha kokhal' umama Kodwa kazibonikuyokhal' umana Ngiphelezele mama Ngiphelezele mama ngifunukuy' emfuleni Amanz' awekho ngisaba lomuntu omunde Ngisaba lomunt' omunde Ngisaba lomunt' omunde Amanz' awekho ngisaba lomuntu omunde Ngisaba lomunt' omunde Ngisaba lomunt' omunde Amanz' awekho ngisaba lomuntu omunde Sangena sangena thina Sangena sangena, bonke bayokhala Sisho le emakhaya khona intombi ikhetha emthandayo Vuma nsizwa Intombi uma igoma la ithanda khona Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo Vuma nsizwa Intombi uma igoma la ithanda khona Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo. Intombi mayiqoma iqoma la ithanda khona Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo Intombi mayiqoma iqoma la ithanda khonda Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha Emthandayo. Yibo labo, Yibo labo abafana Bangikhumbuz' ekhaya Yibo labo Yibo labo abafana Abangikhumbuz' ekhaya Yibo labo ngempela abaseMnambithi Bangikhumbuz' ekhay' eMnambithi These Are the Guys (English translation) You should watch us closely You should watch us closely You should watch us we are the Black Mambazo Others say; We are the Durban Choir Others say; We are the abaQulusi Others say; We are the Black Mambazo Yet others say; We are the abaQulusi Be careful brother, don't throw us in with the bulls Beware of us Beware of us Beware of us Do not throw us in with the bulls The Mambazos are fierce There usually are problems with secret lovers The elders never approve There usually are problems There are problems with secret lovers But people never seem to be aware Until their mothers complain. Come with me mother Come with me I want to go to the river There is no water I'm scared of the tall man I'm scared of the tall man I'm scared of the tall man There is no water I'm scared of the tall man. We have arrived We have arrived and everyone will notice. Even back home where a woman is free to choose a lover Guys should not fight When a woman falls for a lover of her own choice Do not fight because she has a right to choose her own lover (Repeat) They are the ones These guys from Mnambithi (Ladysmith) Who make me homesick I have not been home in such a long time These are the guys These guys from Mnambithi Who bring me nostalgia They are the ones, they are the ones.