Kishore Kumar Hits

The Muffinz - Khumbul' ekhaya (Live) lyrics

Artist: The Muffinz

album: The Muffinz Live


Umusha, umusha, umusha, woo yena yena,
Umusha, umusha, umusha, woo yena yena.
Abantu bahamba, babaleka ilizwe lembeloko, bazula bazula bezula zonk'izizwe befuna injabulo.
Ubaba wahamba, wavalek'ilizwi elandela umama, bazula bazula bezula zonk'izizwe befuna injabulo.
Awubambelele yo izihlobo zohlangana, awubambelele lendlela inameva, awubambelele zingane zonhlangana, awubambelele lomhlaba uyahlaba, awuqine ithemba zobuyel'emuva njalo.
Khumbul'ekhaya, ikhaya labazali yeh, khumbul'ekhaya mina, lona ilizwe lika Mugabe, ngikhumbul'ekhaya, khaya labazali, ngikhumbul'ekhaya mina lona ilizwe lase
Zimbambwe.#hook# awubambelela yo izihlobo zohlangana, awubambelela lendlela inameva, awubambelela zingane zohlangana, awuqine ithemba Lomhlaba uyahlaba, awuqinisela uzobuyel'emuva njalo.
Khumbul'ekhaya, ikhaya labazali yeh, khumbul'ekhaya mina, lona ilizwe lika Mugabe, ngikhumbul'ekhaya, khaya labazali, ngikhumbul'ekhaya mina lona ilizwe lase
Zimbambwe.(

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists