Kishore Kumar Hits

Abathandwa - Uthando Alujiki lyrics

Artist: Abathandwa

album: Amagatsha


Uthando lwakho alujiki
Noma abantu bejika awujiki hhe ngish' uthando lwakho
Uthando lwakho alujiki
Noma abantu bejika awujiki hhe ngish' uthando lwakho
Uthando lwakho alujiki
Noma abantu bejika awujiki, ngisho lona lolo thando lwakho
Uthando lwakho alujiki
Wena uyakung'hlela wena
Noma abantu bejika awujiki, aw ngisho lolo thando lwakho
Uthando lwakho alujiki
Noma abantu bona ke bejika awujiki, aw ngisho lolo thando lwakho
Uthando lwakho alujiki
Noma abantu bejika njalo awujiki, aw ngisho lolo thando lwakho
Ngithi wen' uhlez' unami, wen' uhlez' unami
Awung'shiyi, wena uyakung'londa njalo awujiki weh eh eh na
Awujiki Nkosi, wena uhlez' unami wena uhlez' unami
Awung'balekeli, wena uyakung'khusela (awujiki, awujiki)
Wena wena wena wena awujiki wena, awujiki Nkosi
Wena' uhlezi' unami awujiki, (Simakade ngiyakudinga)
Awujuki, awujiki, awujiki, wena awujiki wena, awujiki NKosi
Wena uhlezi' unami wena uhlez' unami awung'shiyi awujiki, awujiki
Awujiki wena, awujiki Nkosi
Wen' uhlez' unami awung'shiyi, awujiki, awujiki, awujiki
Wena awujiki wena Nkosi yami (Nkosi)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists