Kishore Kumar Hits

Mnqobi Yazo - Zulu Omnyama - Intro lyrics

Artist: Mnqobi Yazo

album: Impi


Yey ngabe kwenzenjan na
Qu hella asiye
Heeye(asiye heee ngabe kwenzenjan)
Zulu omnyama (asiye)
Uzulu omnyama zulu kandaba zulu onenkani
Makuphakama esakho isandla sizwe ngeke singakhothami
Ngoba lesosandla isona esichiloza kujabule umhlaba
Mawuqhubeka kanjalo impela izandla zidlula ekhanda
Lezizimpi ezingaka snethemba ukth sizozinqoba
Lamaphutha amangaka syathemba sizowagoba
Uhlezi umalunga lunga njengenkosi yokhonya
Khonya ndoda esatshwa isthunywa
Dubezwa zathalwa ikhanda
Gazi lagcwala phansi
Ngangth ngenza ubunuku
Abanye bedla phansi
Mangth ngzama ukunyuka bangibhekisela phansi
Mangth ngzama ukumuka banglahlela amandla
Zulu omnyama
Bakhohlwa ukth leskhuni sizobuya ngok'khozel'ngob' umlilo awuvuth
Loshintshi uzobuya nosheleni ngob'bazitshela ukth
Basile kunami ngoba kukhanya kubona bazitshela ukth
I will never make it
Mangfuna ukuphumelela
Ngdinga kubona iconfirmation what
I rather not make it
Makungabe ukuphumelela kwami ngidinga icompetition
Ngoba bayalanyulwa futhi
Ngeke ngdlale ngeke ngdlale amavaka
Ngeke ngdlale ngeke ngdlale amavaka
Mangihlulekile ngizohlaba intondolo
Manghlulekile
Nibohlaba intondolo
Ngeke ngdlale ngeke ngdlale amavaka
Ngeke ngdlale ngeke ngdlale amavaka
Manghlulekile nibohlaba intondolo
Manghlulekile nibohlaba intondolo

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists