Athi uthando luyabekezela
Futhi uthando lona (lumnene)
Bathi uthando, aluziphakamisi
Futhi uthando (luyavikela)
Ngithanda konke ngawe
Futhi ngiyabon' uthando ngawe
Impilo yakho, impatho yakho
Ingakho ngithi
Angifuni lutho ngawe, noma bengathini ngawe
Ngithanda wena sthandwa sami
Angifuni lutho ngawe, noma bengathini ngawe
Ngikhetha wena sthandwa sami, ngifuna wena wedwa
Sengimtholil' engizophila naye, impilo yami yonke
Ngicabanga ngay' ubusuku nemini
Ngiyamthanda, angifuni lutho ngaye
(Nguye kuphela ongilethel' injabulo)
Angifuni lutho ngaye (angifuni lutho ngawe)
Noma bengathini
Ngikhetha wena sthandwa sami (nguwe k'phela ongilethel' injabulo)
Angifuni lutho ngawe (angifuni lutho ngawe weh)
Ngikhetha wena sthandwa sami (ngikhetha wena sthandwa sami)
Ngifuna wena wedwa thath' uthando lwami (thatha thatha)
Ngikunika lona (oh,oh) ungubambo lwami (hahahayi)
Ngithi thatha (thatha thatha) thath' uthando lwami
(Hey yeyeye) ngikunika lona (oh yeh) ulubambo lwami
Thatha thatha thatha
Ngithanda konke ngawe, futhi ngibon' uthando ngawe
Impilo yakh' impatho yakho oh ingakho ngithi
Angifuni lutho ngawe, angifuni lutho ngawe
Ngoba wena sthandwa sami (ngoba wena sthandwa sami)
Dali wami (angifuni lutho ngawe) sthandwa sami
Ngikhetha wena sthandwa sami (nguwe kuphela)
Ulubambo lwami (thatha) ngikunika lona (oh)
(Oh) ulubambo lwami (yih) ngithi thatha
Thath' uthando lwami (yey hey) ngikunika lona
(Yeye) ulubambo lwami (thatha thatha)
Angifuni lutho ngawe (angifuni lutho ngawe)
Khetha wena sthandwa sami
(Oh uuuh) angifuni lutho ngawe
(Angifuni lutho ngawe) ngikhetha wena sthandwa sami
Ngifuna wena wedwa
Поcмотреть все песни артиста
Other albums by the artist