Ngiyathembisa yojik' impilo
Ngiyathembisa zojik' izinto
Ngiyathembisa yoshitsh' impilo
Ngiyathembisa zojik' izinto
Lol' uhambo lwami lunamawa
Nezintaba ngizinyuka mama
Ngob' ithemba kalibulali
Kod' uzam' amadl' amasha njalo njena
Lol' uhambo lwami lunamawa
Nezintaba ngizinyuka mama
Ngob' ithemba kalibulali
Kod' uzam' amadl' amasha njalo njena
Ngoba kunzim' ukubukelwa phansi
Nalendlel' ibukek' inyukela
As'phelimoya, sizophusha, soze s'fike
Ngekehlale kunjena
Impil' izonyuka nawe uzobona
Sophusha soze s'fike
Sophusha soze s'fike
♪
Ngiyathembisa yoshitsh' impilo
Ngiyathembisa zojik' izinto
Ngiyathembisa (ngiyathembisa) yojik' impilo (yojik' impilo)
Ngiyathembisa zojik' izinto (ngiyathembisa zojik' izinto)
Ngiyathembisa yojik' impilo
Ngiyathembisa zojik' izinto
Поcмотреть все песни артиста
Other albums by the artist