Kishore Kumar Hits

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza lyrics

Artist: Lwah Ndlunkulu

album: Ngiyeza


S-stallion
Iyeeh, yooh, ohh-ohh
Iyeeh, yooh
Dali wena Ung'hambela uMaweni
Ng'yeza ng'zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi
Dali ohh
Wokhuluma, wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngoba ufuna ng'zohlala kini
Dali ohh
Wokhuluma, wokhuluma (Yam ehh yam)
Wokhuluma dali (Yam ehh yam)
Ngoba ufuna ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Ohh, dali (Yam ehh yam, ohh)
Ngoba bathi uthando lukhona (Yam ehh yam)
Kodwa inkomo azikho (Yam ehh yam)
Aw dali ng'yeza mina ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Ng'yeza ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Aw dali mina ng'yeza ng'zohlala kini (Ohh, yam ehh yam)
Kodwa inkomo azikho (Yam ehh yam)
Aw dali ng'yeza mina ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Aw ng'yeza ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Noma bengathi ngikipitile
Bekhulume kabi ngathi
Bethi ekhaya kithi mina, ngizikhiphile
Aww weeh, we soka lami
Wena hamba kwandonga ziyaduma (Yam ehh yam)
Awuhambe uyosebenza (Yam ehh yam)
Khona uzobuya ukuxhumane no malume (Yam ehh yam)
Aww weeh weeh (Yam ehh yam)
Bathi ekhaya, uyinkunzi yomgulukudu
Wena ukhonze abo bhululu
Omalume bathi kimi, ngiyi sphukuphuku
Aww weeh weeh
Dali wena Ung'hambela uMaweni
Ng'yeza ng'zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi
Dali ohh
Wokhuluma, wokhuluma (Yam ehh yam)
Wokhuluma dali (Yam ehh yam)
Ngoba ufuna ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Ohh, dali (Yam ehh yam, ohh)
Ngoba bathi uthando lukhona (Yam ehh yam)
Kodwa inkomo azikho (Yam ehh yam)
Aw dali ng'yeza mina ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Ng'yeza ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Aw dali mina ng'yeza ng'zohlala kini (Ohh, yam ehh yam)
Kodwa inkomo azikho (Yam ehh yam)
Aw dali ng'yeza mina ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Aw ng'yeza ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Themba lami likuwe
Thandolwethu lukhule
Mabe khuluma s'thule
Nezitha zishlule
Sthandwa uhamb' ubuye (Ohh)

Bathi uzoduka nezwe kanjani?
Anibize uMaweni
Khona ezong'nika ubheka mina ngedwa
Ngedwa vooh
Dali wena Ung'hambela uMaweni
Ng'yeza ng'zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi
Dali ohh
Wokhuluma, wokhuluma (Yam ehh yam)
Wokhuluma dali (Yam ehh yam)
Ngoba ufuna ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Ohh, dali (Yam ehh yam, ohh)
Ngoba bathi uthando lukhona (Yam ehh yam)
Kodwa inkomo azikho (Yam ehh yam)
Aw dali ng'yeza mina ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Ng'yeza ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Aw dali mina ng'yeza ng'zohlala kini (Ohh, yam ehh yam)
Kodwa inkomo azikho (Yam ehh yam)
Aw dali ng'yeza mina ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Aw ng'yeza ng'zohlala kini (Yam ehh yam)
Aw dali mina ng'yeza ng'zohlala kin
Yam ehh yam
Yam ehh yam,ohh
Yam ehh yam
Ohh, yam ehh yam

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists