Kishore Kumar Hits

Duduza Serenade - Woza Nkosi lyrics

Artist: Duduza Serenade

album: Woza Nkosi


Ngithi woza Nkosi, (woza) ngithi woza(Nkosi)
Ngithi woza Smakade(woza) ngithi woza
Ngithi thath' impilo yam (thina) uyisebenzise
Siyakunxusa (siyakunxusa) ×2
Ngithi woza Nkosi,
Ngithi woza Smakade,
Ngithi thath' impilo yam
Siiiiiiyaaaa...
Ngithi woza Nkosi, Ngithi woza
Ngithi woza Smakade, Ngithi woza
Ngithi thath' impilo yam, uyisebenzise
Siyakunxusa, siyakunxusa, siyakunxusa
Ngibiza wena mhlobo weqiniso
Laph' izihlobo zam zing'jikil' endleleni
Nalapho abangani bami beyifisa impilo yami
Nalapho izitha ziwudela umoya wam.
Ngiza kuwe nkosi, ngikunikeza impilo yami,
Ngikunikeza impilo yam, ngikunikeza impilo yam
Ngithi ngisebenzise, ngisebenzise, ngisebenzise.
Nam ngaqala ngokwenz' okubi, ngabe sengiyaphenduka,
Ngaphendukela ekukholweni,
Ngaphendukela ezwini lemvana, ngabe sengimnikeza
Impilo yami, ngamnikeza impilo yam uThixo
Ngathi sebenza ngayo, Ngathi sebenza ngayo,
Ngamvulela enhlizweni yami, ngamnikeza impilo yam,
Ngamnikeza impilo yam, ngamnikeza impilo,
Ngamnikeza impilo.
Ngithi woza Nkosi, (woza) ngithi woza(Nkosi)
Ngithi woza Smakade(woza) ngithi woza
Ngithi thath' impilo yam (thina) uyisebenzise
Siyakunxusa (siyakunxusa) ×2

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists