Kishore Kumar Hits

Babo Ngcobo - Thixo Mkhululi lyrics

Artist: Babo Ngcobo

album: Uhambo One


Bekungeke kwenzeke konke lokhu
Okwenzeka empilweni yami
Ukube Wena kawunqabanga baba
Nempilo yam
Impela Wena awuvumanga
Unyawo lwam lushelele
Bekungeke kwenzeke konke lokhu
Okwenzeka empilweni yami
Ukube Wena kawunqabanga
Ngempilo yam
Impela Wena awuvumanga
Unyawo lwam lushelele
Ngcela ukukubonga baba
Ukungihlenga Kuze kube lana
Bekungekhona ukwaz kwam nokuhlakanipha kwam
Ngicela ukukubonga
Ukungihlenga kuze kube la
Bekungekhona ukwazi kwam
Babanokuqonda kwam
Ngiphunyukile ogibeni ebengicushelwe lona
Sehlukile isikhali ebengibekelwe Sona baba
Wena uye wangihlenga
Wena uye wangivikela
Bekungeke kwenzeke konke loku
Okwenzeka empilweni yami
Ukube Wena kawunqabanga baba
Ngempilo yam
Impela Wena awuvumanga
Unyawo lwam lushelele
Inhlangano yababi
Angizange ngiyimeme
Kodwa ngithe mase ngibona ngase ngiphakathi kwayo
Yise wamakholwa oh khulula umoya wami
Weyise wamakholwa khulula umoya wami
Inhlangano yababi
Angizange ngiyimeme
Kodwa ngithe mase ngibona ngase ngiphakathi kwayo
Oh Thixo mkhululi
Khulula umoya wami
Oh Thixo mkhululi
Khulula umoya wami
Oh ugibe obelucushelwe mina
Lona lwaphukile
Isikhali ebesibekelwe mina
Sona sahlulekile
Bekungeke kwenzeke konke loku
Okwenzeka empilweni yami
Ukube Wena kawunqabanga baba
Ngempilo yam
Impela Wena awuvumanga
Unyawo lwam lushelele
Baba awuvumanga
Wena awuvumanga baba
Wena awuvumanga
Unyawo lwam lushelele
Wena awuvumanga
Wanqaba baba

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists