Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Wemosaba Umuntu lyrics

Artist: Phuzekhemisi

album: Amapasi

Ungabe saskwenzeni saskwenzeni na? Ngent' engaka, aw ngent' engaka

Umuntu ofana nami ungamncindezela kanjani

Ubomesaba umuntu
Ubomesaba umuntu

UNgabe saskwenzeni saskwenzeni? (Ubomesaba umuntu, bomesaba umuntu)
Wemnumzane umuntu (ubomesaba umuntu)
(Umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu)
Saskwenzeni na? (Umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu)
Saskwenzeni na? (Thina siyamesaba umuntu, thina siyamesaba umuntu)
(Ubomesaba umuntu, ubomesaba umuntu)
(Ubomesaba umuntu)

(Thina siyamesaba umuntu, thina siyamesaba umuntu)
Zasha phela mfoka Majazana madoda khona phansi eThekwini
Bebekhala umfula engiwphuzayo ngiphuza uMakhoya kade khona ka Dumisa
Bhu! Awboni ukuthi ubulal' ingoma wena
Uthi ucindezela mina kanti uyaybulala ingoma
Ehhe ehhe!
Ngowakwa Mnyandu mina ngowakithi mina mfan wami
Awkahle!

Ungabe saskwenzeni saskwenzeni na?
Umuntu ofana nami unga mncindezela kanjani
Umuntu ofana nami unga mncindezela kanjani
Ubomesaba umuntu
Ubomesaba umuntu
(Ubomesaba umuntu, ubomesaba umuntu) wemnumzani
(Ubomesaba umuntu, umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu)
Saskwenzeni na? (Umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu)
Saskwenzeni na? (Thina siyamesaba umuntu, thina siyamesaba umuntu)
(Ubomesaba umuntu, ubomesaba umuntu)

Umuntu ofana nami unga mncindezela kanjani?
(Umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu)
(Umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu)
(Thina siyamesaba umuntu, thina siyamesaba umuntu)

Wemnumzane
(Ubomesaba umuntu)
(Umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu) saskwenzeni na?
(Umuntu unjenge Mamba imel' endleleni, ubomesaba umuntu)
(Thina siyamesaba umuntu, thina siyamesaba umuntu)
(Thina siyamesaba umuntu, thina siyamesaba umuntu)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists