Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Amonkhonzela lyrics

Artist: Phuzekhemisi

album: Amapasi


Hhanokhonzela nokhonzela nokhonzela nikhonzele
Hhanokhonzela nokhonzela nokhonzela nikhonzele
Hhanokhonzela hlobolami
Hhanokhonzela kowakwami
Hhanokhonzela hlobolami
Hhanokhonzela kowakwami
Nithi ngikhonzile ngikhonzile, ngithe mncwa mncwa
Nithi ngikhonzile ngikhonzile, ngithe mncwa mncwa
(Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
(Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
Uyeyeni uyeyeni (wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
Uyeyeni uyeyeni (wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
Ay ngik'khumbule hlobo lami, ngik'khumbule mtanomuntu
Ay ngik'khumbule hlobo lami, ngik'khumbule mtanomuntu
(Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
Ning'Khonzela nokhonzela nokhonzele kuhlobo lami
Zibambe phela mfoka Majazana madoda
Khona phansi ka Dumisa lengikhona
Gongo lemfene
Khona phezulu lebuya khona lombhemi phezulu eMakhuzeni
Hhop hhop hhop

Nithi ngikhonzile ngikhonzile, ngithe mncwa mncwa
Ning'Khonzela ning'khonzele kowakwami
Nithi ngikhonzile ngikhonzile ninngikhozele kowakwami
Nithi ngikhonzile ngikhonzile
(Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni) ngithe mncwa mncwa
Nithi ngikhonzile ngikhonzile
(Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni) ngithe mncwa mncwa
Wehlobo lwami ma (Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni) wemtan' omuntu ma
Aw wehlobo lwami ma (Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
(Wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
Uyeyeni uyeyeni (wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
Uyeyeni uyeyeni (wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni)
Ay ngik'khumbule hlobo lwami (wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni) ay ngik'khumbule mtan'omuntu
Ay ngik'khumbule hlobo lami (wemama uyeyeyeni wemama uyeyeni) ay ngik'khumbule mtan'omuntu

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists