Phuzekhemisi - Ipolitiki lyrics
Artist:
Phuzekhemisi
album: Izindaba Zakho
Awsengaze kuphel abantu abangaka yini lengaka niyibangayo
Kungaze kuphel' iSizwe esingaka yini lengaka eniyibangayo
Yini lengaka eniy'bangayo?
Yini lengaka eniy'bangayo?
Kungaze kuphel' abantu abangaka yini lengaka eniy'bangayo?
Kungaze kuphel' abantu abangaka yini lengaka eniy'bangayo?
Yini lengaka eniy'bangayo?
Yini lengaka eniy'bangayo? Ipolitiki nje
♪
Kungaze kufe abantu abangaka eZweni yini lengaka eniy'banagayo
Kungaze kuphel' abantu abangaka eZweni yini lengaka eniy'bangayo?
Yini lengaka eniy'bangayo? (Ipolitiki nje akukho okunzima esik'bangayo Ipolitiki
Kungaze kuphel' isizwe esingaka yini lengaka eniybangayo
Kungaze kuphel abantu abangaka (sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje)
Yini leniy'bangayo? (Sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje)
Kanti ingabe senibangani? (Sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje)
Yini leniy'bangayo? (Sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje)
Zasha phela mfoka Majazana madoda khona phansi eMzinto lengibuya khona
Hhop uthini wemfoka Nxuswa lapho?
Uthini umfoka Dlamini lapha khona phesheya ko Mzimkhulu
Lombhemi langamthatha khona
Hhop khona phansi egxamukeni phansi kwamawa
♪
Ningaqhathwa abantu abafuna umsebenzi ngamagazi enu
Ningavele nilwe ningazi nge Polotiki ukuthi yini Ipolitiki
Abalwi lababantu, bathi ilwani nina ngoba nakhu nina anisile
Wake wambona umuntu oshaya umuntu ngetshe esePhalamende
♪
Kungaze kuphel abantu abangaka yini lengaka niyibangayo
Kungaze kuphel' iSizwe esingaka yini lengaka eniyibangayo
Yini lengaka eniy'bangayo?
Yini lengaka eniy'bangayo?
Yini lengaka eniy'bangayo?
(Ipolitiki nje akukho okutheni esik'bangayo iPoltiki nje)
Ngabe ngabe senibangani? (Ipolitiki nje akukho okunzima esik'bangayo Ipolitiki)
Ngabe ngabe senibangani? (Ipolitiki nje akukho okunzima esik'bangayo Ipolitiki)
(Sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje)
Mabethi ilwani batsheleni ukuthi akuhambe kuyolwa bona
(Sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje) ngoba nina aninazikhundla ePhalamende
Labantu base South Africa nje abavotayo
(Sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje) anazi ukuthi kwenzekani
Hobh hobh hobh
(Ipolitiki nje akukho okutheni esik'bangayo iPoltiki nje)
Kungaze kuphel' abantu abangaka (Ipolitiki nje akukho okutheni esik'bangayo iPoltiki nje)
Yini lengaka eniy'bangayo? (Ipolitiki nje akukho okutheni esik'bangayo iPoltiki nje)
Kungaze kuphel' abantu abangaka (sihlale silwa nje akukho esik'bangayo Ipolitiki nje)
Yini lengaka eniy'bangayo?
(Sihlale silwa nje akukho okunjani esik'bangayo Ipolitiki nje)
Поcмотреть все песни артиста
Other albums by the artist