Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Singaba Kwa Mnyandu lyrics

Artist: Phuzekhemisi

album: Nginenkinga

Ah baningi abantu bathi abasazi ukuthi thina kanti saba kwa Mnyandu
Saba ka Mnyandu thina, saba ka Mnyandu thina
Saba ka Gedeza thina, sibuya kwa Mnyandu
Sabaka Mdlankomo thina, singo Mngunyana
Singo Nondela thina, saba kwa Mnyandu
(Ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Ah baningi abantu bathi abasazi ukuthi thina kanti saba kwa Mnyandu
(Ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Saba ka Mnyandu thina
Saba ka Nondela (ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Singo Mndlankomo thina singo Nondalaza
(Ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)

Zasha phela Phuzekhemisi
Wayhlaba ngampela mfoka Majazana
Khona phansi le Mkhomazi leng'buya khona
Umful' engiw'phuzayo ng'phuz' uMakhoyakade
Bhu! Ngiphuz' umful' ongashi mina
Khona kwa Dumisa leng'buya khona
Uthini ufoka Ngwazi laph' emabhesini?
Hhop! Khuphuka laphoke Mxolisi enkostineni
Khona kwa Thathani eHightlands lengamthatha khona lombhemu
Hhop hhop!

Ah baningi abantu bathi abasazi ukuthi thina kanti saba ka Mnyandu
Ah baningi abantu bathi abasazi ukuthi thina kanti sibuya ka Mnyandu
Sabaka Gedeza thina, saba ka Mdlankomo
SoNongalaza thina, singo Nondela
Singo Mngunyane thina, sabaka Mnyandu
(Ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Sabaka Mdlankomo thina, saba ka Mnyandu
(Ngoba thina sizoy'shaya lengoma)
Saba ka Mnyandu (ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Singo Nongalaza thina, singo Mngunyane
(Ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Singo Mdlankomo thina, singo Nondela
Saba ka Mnyandu
Sabaka Gedeza (ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)

(Ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Thina sabaka Mnyandu
Thina sabka Gedeza (ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Singo Mdlankomo thina
Singo Nongalaza (ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)
Thina so Mngunyane thina
Sabaka Mnyandu (ngoba thina sizoy'shaya lengoma, ngoba thina bo sibuya kwa Mnyandu)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists