Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Inkunzi Kabhejane lyrics

Artist: Phuzekhemisi

album: Inkunzi Kabhejane

Induku zethu zidlala nina magwala, ningaykhona na?
Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane
NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana
Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na?

Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje
Musa uloke ukhuluma kanje
Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane
NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana
(Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane)
(NginoPhondo olunye ekhanda)
(Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)
Induku zethu zidlala nina magwala, ningaykhona na?
(Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane)
(NginoPhondo olunye ekhanda)
(Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)
Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na?
(Ay khona, aykhona yimi inkunzi ka Bhejane)
(NginoPhondo olunye ekhanda)
(Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)
Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje (ungaykhona)
Musa ukulok' ukhuluma kanje
(Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane)
(NginoPhondo olunye ekhanda)
Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)

(Ungaykhona, aykhona yimi inkunzi ka Bhejane)
(NginoPhondo olunye ekhanda)
Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)
Zasha phela Phuzekhemisi, aw wayhlaba ngempela umfoka Majazana
Khona phansi eMkhomazi langbuya khona
Umful' engiwphuzayo, ngiphuz' uMakhoya Kade khona ka Dumisa
Ngang'lokhu ngibatshela kancane bethi bayoyibamba iMamba
Ngathi musani ukuy'dlokodla bafana ngoba izon'limaza, bhu!
Hho bhasobha ungami ngenzansi uzolima nsizwa
Isxhabhane lesesizayo sizakabi
Hop!
Whathi umfoka Mkhize maw'funa uk'qala umuntu ophuza utshwala
Hho chitha utshwala bakhe, uyobona umhloloke
Bhu!

Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na?
Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane
NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana
Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na?
Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane
NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana
Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje (ungaykhona?)
Musa ukulok' ukhuluma kanje
(Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane)
(NginoPhondo olunye ekhanda)
Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)
Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje (ungaykhona?)
Musa ukulok' ukhuluma kanje
(Ungaykhona? Ungaykhona yimi inkunzi ka Bhejane)
(NginoPhondo olunye ekhanda)
Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists