Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Ishumi Leminyaka lyrics

Artist: Phuzekhemisi

album: Phans' Imikhonto

Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula
Sesina ten years siloko silwa sodwa
Sesina ten years siloko silwa sodwa
Aw ishumi leminyaka silokho sibulalana kulendawo

Kanti yini ebangwayo

(Ishumi leminyaka silokho silwa)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana
(Ishumi leminyaka silokho silwa)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula
(Ishumi leminyaka silokho silwa)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula
(Ishumi leminyaka sibulalana) koze kubenini sibulalana sodwa
(Ishumi leminyaka silokho sibulalane) koze kubenini sibulalana sodwa
(Ishumi leminyaka silokho sibulalane)
Aw kuyophel' uTen years sibulalana (Ishumi leminyaka silokho silwa)

Ten years sibulalana (Ishumi leminyaka silokho silwa)
Kanti yini ebangwayo (ishumi leminyaka sibulalana)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula
(Ishumi leminyaka silokho silwa)
Zasha phela Phuzekhemisi
Aw wayhlaba ngempela phela umfoka Majaza
Khona phansi eDurban langizwla khona
Umful' engiwphuzayo ngiphuza uMakhoya Kade
Ngang'lokhu ngibatshela kancane bethi bayoybamb' iMamba
Phu!
Khuphuka laphoke mfo-ka Ngwazi laph' emabhesini
Uthule uvale phezulu Slahl' amatente uzozwa ngami
Hop hop!

Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula
Koze kube nini sibulalana sodwa
Koze kube nini sibulalana sodwa
Sekuyophela Ten years sibulalana (ishumi leminyaka silokho silwa)

Kanti yini ebangwayo (ishumi leminyaka silokho silwa)
Kanti yini ebangwayo (ishumi leminyaka sibulalana)
Kanti yini ebangwayo (ishumi leminyaka sibulalana)
Aw Ten years sibulalana sodwa (Ishumi leminyaka silokho silwa)

Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana (ishumi leminyaka silokho silwa)

Uyabona nje kulendawo yakhithi sesibuswa yigebengu
Silele ebsuku abantu bajike ebsuku neybhamu
Bhu! Uthule nje uMafumadi akasho lutho, hhobh!

Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula
Koze kube nini sibulalana sodwa
Koze kube nini sibulalana sodwa
Sekuyophela Ten years sibulalana (ishumi leminyaka silokho silwa)
Sekuyophela Ten years sibulalana (ishumi leminyaka silokho silwa)
Sekuyophela Ten years sibulalana (ishumi leminyaka silokho silwa)
Kanti yini ebangwayo (ishumi leminyaka sibulalana)
Kanti yini ebangwayo (ishumi leminyaka sibulalana)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana (ishumi leminyaka sibulalana)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula (ishumi leminyaka silokho silwa)

Koze kube nini sibulalana sodwa (ishumi leminyaka silokho silwa)

Sekuyophela Ten years sibulalana (ishumi leminyaka sibulalana)

Hhayi ingalo yomthetho kuyomele isebenze ngempela maan
Ngiyabona igebengu kulendawo yakithi igebengu seziya ngokwanda
Otsotsi sebehamba becijisa iyqhomo nje emzin yabantu
Bhu!
Lafa elakithi elingasafelwa Nkonyane madoda Izwe
Elakithi le Lizwe eselbuswa hho tsotsi?
Hhey wey gebengu phindelan' kini lapho navela khona
Bhu!
(Ishumi leminyaka silokho silwa)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana (ishumi leminyaka silokho silwa)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula (ishumi leminyaka silokho silwa)
Koze kube nini sibulalana sodwa (ishumi leminyaka sibulalana)
Koze kube nini sibulalana sodwa (ishumi leminyaka sibulalana)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuzwana (ishumi leminyaka sibulalana)
Abantu bale Lizwe abafun' ukuthula (ishumi leminyaka silokho silwa)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists