Ngeny' imini ngangihamb' lena ezintabeni

Ngahlangana nomama omdala nje
Ngahlangana nomama omdala nje
Wathi ung'bona nje mntanami ang'nabani yimi yimi
Wathi ung'bona nje ndodana ang'nabani yimi yimi
Nganginomuzi wami, ngangine ngane zami
Kant' ubaba wabantwana bami wabulawa ngodlame

♪
(Ngleya mnyaka labaqed' abant' udlame) 1990
(Ngleya mnyaka labaqed' abant' udlame) sasenkingeni
(Ngleya mnyaka labaqed' abant' udlame)) sasenkingeni
(Labaqed' abant' udlame) hha sas'thwele nzima

(Labaqed' abant' udlame) thina sasenkingeni
(Ngleya mnyaka labaqed' abant' udlame)
♪
Zasha phela Phuzekhemisi, aw wayhlaba ngempela umfoka Majazana
Khona phansi eMkhomazi langbuya khona
Umful' engiwphuzayo, ngiphuz' uMakhoya Kade khona ka Dumisa
Ngang'lokhu ngibatshela kancane bethi bayoyibamba iMamba isemgodini
Ngathi musani ukuy'dlokodla bafana ngoba izon'limaza, bhu!
Khuphuka laphoke mfoka ngwazi emabhesini
Ngeny' imini ngangihamb' ezintabeni
Ngeny' imini ngangihamb' ezintabeni
Ngahlangana nomama omdala nje
Ngahlangana nomama omdala nje
Wathi ung'bona nje mntanami ang'nabani ngiyintandane
Wathi ung'bona nje ndodana ang'nabani ngiyintandane
Nganginomuzi wami, ngangine ngane zami
Kant' ubaba wabantwana bami wabulawa ngodlame
Kant' ubaba wabantwana bami wabulawa ngodlame
(Nagleya mnyaka labaqed' abant' udlame) 1990
(Nagleya mnyaka labaqed' abant' udlame)) 1990
(Nagleya mnyaka labaqed' abant' udlame) sasenkingeni

(Labaqed' abant' udlame) haw sasthwele kanzima
(Labaqed' abant' udlame) thina sasenkingeni
(Nagleya mnyaka labaqed' abant' udlame)
(Ngleya mnyaka labaqed' abant' udlame) 1990
(Ngleya mnyaka labaqed' abant' udlame)) sasthwele nzima
(Ngleya mnyaka labaqed' abant' udlame) 1990
(Labaqed' abant' udlame) sasthwele nzima
(Labaqed' abant' udlame) thina sasthwele nzima

(Ngaleya mnyaka labaqed' abant' udlame) 1990
Ngeny' imini ngangihamb' lena ezintabeni
Ngeny' imini ngangihamb' lena ezintabeni
Ngahlangana nomama omdala nje
Ngahlangana nomama omdala nje
Wathi ung'bona nje mntanami ang'nabani ngiyintandane
Wathi ung'bona nje ndodana ang'nabani ngiyintandane
(Labaqed' abant' udlame) ngang'hambe ngilal' ezintabeni
(Labaqed' abant' udlame) ngangino muzi wami
(Labaqed' abant' udlame) nganginey'ngane zami
(Labaqed' abant' udlame) 1990
(Ngaleya mnyaka labaqed' abant' udlame) 1990
(Ngaleya mnyaka labaqed' abant' udlame) sasenkingeni

(Labaqed' abant' udlame) hha sasthwele nzima

Поcмотреть все песни артиста
Other albums by the artist