Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Safel' Ubala lyrics

Artist: Phuzekhemisi

album: Ngo '49


Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
Baxabana bodw' ePhalamende bese kufa thina
Singaze s'bang' iZwe maododa size sifel'ubala
(Sabang' iZwe madoda safel' ubala)
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Baxabana bodw' ePhalamende bese kufa thina
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Baxabana bodw' emaPitoli bese kufa thina
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Saze safel'ubala, safel'ubala
Sabang' iZwe madoda safel'ubala
Zasha phela Phuzekhemisi madoda
Aw'way'hlaba ngempela umfoka Majazan' amnyama madoda
Khona phansi leNsepheni lang'zalwa khona
Umful' engiw'phuzayo ng'phuz' uMakhoyakade khon' eMkhomazi
Khuphuka laphoke mfoka Mkhize enkostineni
Dilika lapho emabhesini mfoka Ngwazi uthul' uthi nya
S'thupha imagwaqeni bhu!
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
Nixabana nodw' ePitoli bese kufa thina
Sibang' iZwe maododa size sifel'ubala
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Saze safel'ubala, safel'ubala
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Saze safel'ubala, safel'ubala
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Baxabana bodw' emaPitoli bese kufa thina
Baxabana bodw' emaPitoli bese kufa thina
Saze safel'ubala safel'ubala
Saze safel'ubala safel'ubala
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
Saze safel'ubala safel'ubala
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Singaze sife kanjen' eMhlabeni yin' indaba?
(Sabang' iZwe madoda safel'ubala)
Saze safel'ubala safel'ubala

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists