Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Okokuqala lyrics

Artist: Phuzekhemisi

album: Ngo '49

Ngibona ngathi okokuqala okuqala manje lento yenzekayo
Ngibona ngathi okokuqala ezweni okuqala manje lento yenzekayo
Ukuthi kungalahleka ibhamu zikahulumeni okokuqala manje lento yenzekayo
Ukuthi kungasha ama office ezimali okokuqala manje lento yenzekayo
Ngibona ngathi okokuqala okuqala manje lento yenzekayo ezweni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ngibona ngathi okokuqala okuqala ezweni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ngibona ngathi okokuqala okuqala
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ukuthi kungalahleka ibhamu zikahulumeni

Ukuthi kungalahlek' imali yezalukazi

Sibona ngath' okokuqal' ezweni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Zasha phela Phuzekhemisi madoda aw'wayhlaba ngempela phela
Umfoka Majazana amnyama khona phansi eNsepheni lengzalwa khona
Umful' engiw'phuzayo ng'phuz' uMakhoya Kade
Khon' eMkhomazi ka Dumisa
Ngang'lokhu ngibatshela kancane bethi bayoyibamb' iMamba isemgodini
Ngathi musani ukuy'dlokodla bafana ngob' iyonlimaza make yaphuma
Wobhasobha nsizwa ungami ngenzansi ngob' uzolimala isxhabane lesi esizayo
Bhu! Thatha Ngwenya!

(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ngibona ngathi okokuqala ezweni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ngibona ngathi okokuqala ezweni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ukuthi kungalahleka ibhamu zikahulumeni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ukuthi kungalahleka ibhamu zikahulumeni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ukuthi kungasha ama office ezimali

Kwaphatha nina kwasekonakala?
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ukuthi kungalahlek' imali yezalukazi
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)

Ngibona ngathi okokuqala okuqala manje lento yenzekayo
Ngibona ngathi okokuqala ezweni okuqala manje lento yenzekayo (sengath' okokuqala nqa)
Ukuthi kungalahleka ibhamu zikahulumeni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)
Ukuthi kungalahleka ibhamu zikahulumeni
(Sengath' okokuqala nqa lento eyenzekayo sengath' okokuqala)

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists