Phuzekhemisi - Ayimale lyrics
Artist:
Phuzekhemisi
album: Impimpi
Aw'ngabe baphi ababeng'hleba kuwena wehlobo lami?
♪
Ngabe baphi ababeng'hleba kuwena wemntan'omuntu?
♪
Bethi ngale uyogana abanye, bethi ng'shiye ngob' unothando lok'dlala

(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)

Ngabe baphi ababeng'hleba kuwe?

Bethi ngale uyogana abanye

Bethi ayimale ngob' inothando lok'dlala

Zasha phela Phuzekhemisi madoda
Aw way'hlaba ngempela umfoka Majazana amnyama madoda
Khona phansi lensepheni leng'zalwa khona
Umful' engiw'phuzayo ngiphuza uMakhoyakade
Khona ka Dumisa eMkhomazi leng'buya khona
Ngangilokh' ngibatshela kancane
Bethi bayoy'bamba iMamba isemgodini
Ngathi musani ukuy'dlokodla bafana izon'limaza
Bhu! Thatha Ngwenya, hho basobha ungami ngezansi uzolimala nsizwa hhop!
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
Bethi ayimale ngob' inothando lok'dlala
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
Ngabe baphi ababeng'hleba kuwe?
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
Bethi ngale uyogana abanye
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
♪
Ngabe baphi ababeng'hleba kuwena wehlobo lami?
♪
Ngabe baphi ababeng'hleba kuwena wehlobo lami?
♪
Bethi ngale uyogana abanye, bethi ng'shiye ngob' unothando lok'dlala
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
(Ayimale iyogan' abanye ayimale iyogana abanye)
Bethi ng'shiye uyogana abanye
Поcмотреть все песни артиста
Other albums by the artist