Thixo bawo
Ngabe uyong'bona na
Emasangweni
Ase zulwini
Thixo
Ngabe uyong'bona na
Emasangweni
Ase zulwini
Ngisho ngoba mhlambe
Ngiyobe ngises'xukwini sabenzi bobubi
Ngisho ngoba mhlambe
Ngiyobe ngises'xukwini sabenzi bobubi
Ngabe uyong'khomba na
Uthi ngena
Ngoba ungisebenzele emhlabeni
Ngabe uyong'khomba na
Uthi ngena
Ngoba ungisebenzele emhlabeni
Kuyisifiso sam'ukuthi umoya wami uphumule kuwe
Ngithokoze kuwe
Ngingene ngihlale nawe
Uyong'amukela yini na?
Ngezenzo zami nemsebenzi yami, yoh
Ngabe imisebenzi yami emihle yong'khulumela yini?
Wena yow'bona yini umbuso wami?
Yow'bona yini umbuso wami?
Ungámukele nami
Ngak'shiya konke ngadela konke
Ngak'shiya konke ngadela konke
Ngak'shiya konke ngadela konke
Ngak'shiya konke ngadela konke
Ngak'shiya konke ngadela konke
Ngak'shiya konke ngadela konke
Поcмотреть все песни артиста
Other albums by the artist