Kishore Kumar Hits

Sjava - Grounding lyrics

Artist: Sjava

album: Isibuko


K'thiw' umama uyakhala ekhaya

Uthi mtanami ng'cela uganwe
Ngamtshel' uthando lwamanje
Selihlukile manje l'gcwele udlame
Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami
Kodwa ng'cel' uzame
Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje
Luth' iy'ngane
Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa
Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa
Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela
Ng'fane nezinye insizwa nami
Nawe mama uy'qhenye ngami

Okwahlula ubaba ukubone ngami
Sengilimale kakhulu othandweni
Inhliziyo yami iyopha ma
Yizo zonke lezo izathu zami
Mama uzongixolela ngalenqumo zami
Ngiyazi bayakpiklela bathi
Libi kimi
Libi kabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani
Gabi, gabi
Gabi, gabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani
Mhla ziw'shaya emabaleni akwami
K'thiw' umama uyakhala ekhaya
Uthi mtanami ng'cela uganwe
Ngamtshel' uthando lwamanje
Selihlukile manje l'gcwele udlame

Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami
Kodwa ng'cel' uzame

Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje
Luth' iy'ngane
Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa
Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

Similar artists