UMa
Aksavumi uMa
Ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Aksavumi
Ngikhumbul' uMa
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understande
Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hawu bafethu ngeke
Yojabula mang'fika
Athi uShembe uyaphila
Kuley'ngozi zomgwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila
Beki' khwama leMsamu
Land' impepho kaGogo erondweni
Ngiphahle ngikhulume nabadala, ngibatshele usemagcekeni
Mvul' iyana emakhaya, sesiphelile amakhaza
Mawubuy' eGoli ngicela ungiphathele
Iheater ngoba ngempela uzong'ngcwaba
Yaz' uMa, avunamahlaya
Ngeke ushone ngisak'thanda
Kuyoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona Ma'wami mangishada
Ngoba uyokwazi ukungibonisa mase zingibuyela emshadweni
Ngoba uyokwazi ukungiduduza mase zingibuyela emshadweni
Angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul' uMa
Angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul' uMa
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e
Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e
Into engiyithanda ngekhaya,
Ukuthi ekhaya akungwenwa ngemali (ngemali, yeah yeah)
Noma ngingasebenzi uMama ungithanda ngingenani
Ungithanda ngingenalutho uMa
Noma umhlaba ungang'shaya
Uzong'thulisa athi mntanami ungakhali (ungakhali)
Ubukeka ukhathale awuthi ngilande
Ukudla baba hlala phansi (hlala phansi)
Angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul' uMa
Angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul' uMa
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understande
Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understande
Ngith' uMaNkabinde
Isalukazi sami
UmaNkabinde
Uma oh yeah
Поcмотреть все песни артиста
Other albums by the artist