Kishore Kumar Hits

De Mthuda - Aveng’thanda lyrics

Artist: De Mthuda

album: Story To Tell: Vol 2


Yin' engath' awungthembi kahle
Ngiyakubona
Min' izolo ngithe ngibuy' espani wathi ngiyaxoka
Yin' engath' awungthembi kahle
Mina ngisenenza ngomso
Mina ngifun' impil' encono
Yin' engathi awungithembi kahle
Mina ngisebenza nun-stop
Ave ngik'thanda, ave ngikuncanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Ave ngik'thanda, ave ngikuncwanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Az' ijuban' anginalo
Ispiti sokubalekela wena ntomb' anginaso
Vel' uthand' enginalo, iqiniso findo bopha
Mina nawe
Yazi ijuban' anginalo
Ispiti sokubalekela we anginaso dali
Kuphela uthand' enginalo yo
Mina nawe soshada
Ave ngik'thanda, ave ngikuncanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Ave ngik'thanda, ave ngikuncwanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Ave ngik'thanda, ave ngikuncanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Ave ngik'thanda, ave ngikuncwanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Oh mina ngizok'balekela kanjani
Oh mina ngizok'balekela kanjani
Yazi ijuban' anginalo
Ispiti sokubalekela we anginaso dali
Kuphela uthand' enginalo yo
Mina nawe soshada
Ave ngik'thanda, ave ngikuncanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Ave ngik'thanda, ave ngikuncwanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Ave ngik'thanda, ave ngikuncanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela
Ave ngik'thanda, ave ngikuncwanywa
Ves' ungibhek' engathi ngizokubalekela

Поcмотреть все песни артиста

Other albums by the artist

33

2022 · single

Similar artists